Main menu
DIRECTORIES
News

Kubhekwa ukuthi ingabe isishiyeleni iNdebe yomHlaba?

UmAfrika,  16 July 2010
reference: related document

Inhlangano eyengamele ezokuVakasha esifundazweni saKwaZulu-Natal, iTourism KwaZulu-Natal (TKZN) ithi nanxa engakabi khona umuntu ophumela obala ngokuthi imidlalo yeNdebe yomHlaba ebigqugquzelwe yiFederation of International Football Association (Fifa) ibe namuphi umthelela kwezomnotho eNingizimu Afrika, ingasho ngeqgholo ukuthi iKwaZulu-Natal ihlomulile okungenani ngoR2-billion.